Kwabasekolose 2:20-23 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. Uma nifile kanye noKristu nakhululwa ezifundisweni zokucathula kwezwe, yini ukuba okungathi nisaphila ngokwezwe nithobele izifundiso zokuthi:

21. “Ungaphathi, ungezwa ngolimi, ungathinti,”

22. okuphela konke ngokudliwa ngokweziyalezo nezifundiso zabantu

23. ezinegama lokuhlakanipha kambe ngokuzikhethela inkonzo, nangokuzithoba, nangokuhlupha umzimba; akusizi lutho maqondana nokuzithiba kwenyama.

Kwabasekolose 2