Kwabasegalathiya 6:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene; uzibheke wena, funa uyengwe nawe.

2. Thwalisanani imithwalo yenu, nigcwalise kanjalo umthetho kaKristu.

Kwabasegalathiya 6