Kwabasegalathiya 4:26-29 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. Kepha iJerusalema eliphezulu likhululekile, lona lingumame wethu.

27. Ngokuba kulotshiwe ukuthi:“Thokoza wena nyumba ongazaliyo;mpompoloza wena ongenamihelo;ngokuba abantwana boyisikhwebu baningikunabakhe onendoda.”

28. Kepha nina bazalwane, njengo-Isaka ningabantwana besithembiso.

29. Kepha njengakuleso sikhathi owazalwa ngokwenyama wazingela owazalwa ngokoMoya, kunjalo-ke namanje.

Kwabasegalathiya 4