Kwabase-Efesu 4:8-11 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

8. Ngalokho uthi:“Esenyukele phezuluwathumba abathunjiweyo,wapha abantu izipho.”

9. Kepha lokhu ukuthi wenyuka, kuthini, uma kungesikho ukuthi wake wehlela ezindaweni zomhlaba eziphansi na?

10. Owehlayo nguyena owenyukela futhi ngaphezu kwamazulu onke, ukuze agcwalise konke.

11. Nguyena futhi owanika abanye ukuba babe ngabaphostoli, abanye abaprofethi, abanye abavangeli, abanye abelusi nabafundisi,

Kwabase-Efesu 4