Kwabase-Efesu 3:20-21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. Kepha yena onamandla okwenza okukhulu kakhulu kunakho konke esikucelayo nesikuqondayo ngokwamandla asebenza kithi,

21. makube kuye udumo ebandleni nakuKristu Jesu ezizukulwaneni zonke zaphakade naphakade. Amen.

Kwabase-Efesu 3