Kuthithu 2:3-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. kanjalo nabesifazane abadala baziphathe ngokufanele abangcwele, bangabi ngabahlebi, bangabi yizigqila zewayini eliningi, babe ngabafundisi bokuhle,

4. ukuze bafundise abesifazane abasha ukuthanda amadoda abo, bathande nabantwana babo;

5. babe ngabaqondileyo, abamhlophe, abaphatha kahle amakhaya, abamnene, abathobela amadoda abo ukuba izwi likaNkulunkulu lingahlanjalazwa.

6. Ngokunjalo ubayale abesilisa abasha ukuba babe ngabaqondileyo,

Kuthithu 2