Kumaheberu 3:17-19 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

17. Yibaphi-ke anengwa yibo iminyaka engamashumi amane na? Kwakungesibo abonayo, abazidumbu zabo zawa ehlane na?

18. Yibaphi afunga kubo ngokuthi abayikungena ekuphumuleni kwakhe, uma kungesibo abangalalelanga na?

19. Siyabona-ke ukuthi babengenakungena ngenxa yokungakholwa kwabo.

Kumaheberu 3