Kumaheberu 2:17-18 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

17. Ngakho-ke kwamfanela ukuba abe njengabafowabo kukho konke, ukuze abe ngumpristi omkhulu ohawukelayo nothembekayo kokukaNkulunkulu, kube yinhlawulo yezono zabantu.

18. Ngokuba lokhu wahlupheka yena uqobo elingwa, unamandla okusiza abalingwayo.

Kumaheberu 2