Kumaheberu 11:38-40 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

38. izwe elingabafanele bona, behamba emahlane, nasezintabeni, nasemihumeni, nasemigedeni yomhlaba.

39. Labo bonke, befakazelwe ngokukholwa, abazuzanga isithembiso,

40. ngokuba uNkulunkulu wayesibonele okuhle kunalokho, ukuze bangapheleliswa ngaphandle kwethu.

Kumaheberu 11