Kumaheberu 1:12-14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. Njengesambatho uyakuwagoqonga,njengengubo ayakuguquka.Kepha wena unguye njalo,iminyaka yakho ayiyukuphela.”

13. Kepha yiyiphi yezingelosi ake asho kuyo ukuthi:“Hlala ngakwesokunene sami,ngize ngenze izitha zakhozibe yisenabelo sezinyawo zakho,” na?

14. Azisibo yini zonke omoya bokukhonza abathunyelwe ukukhonza ngenxa yabayakudla ifa lokusindiswa na?

Kumaheberu 1