Izenzo 28:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kwathi sesisindile khona, sezwa ukuthi isiqhingi sithiwa iMelitha.

2. Abantu bakhona basiphatha ngobubele obungavamile, ngokuba babebasa umlilo, basamukela sonke ngenxa yemvula eyayisina nangenxa yamakhaza.

3. Kepha uPawulu ecakashile ixha lezinsaba, elibeka emlilweni, kwaphuma inyoka ngenxa yokushisa, yanamathela esandleni sakhe.

Izenzo 28