Izenzo 15:24-26 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

24. Njengalokho sizwile ukuthi abanye abavela kithi banikhathazile ngamazwi, benyakazisa imiphefumulo esingabayalelanga khona,

25. kwaba kuhle kithi sesinhliziyonye ukuthuma kini amadoda akhethiweyo kanye nabathandiweyo bethu oBarnaba noPawulu,

26. abantu abadele ukuphila kwabo ngenxa yegama leNkosi yethu uJesu Kristu.

Izenzo 15