Izenzo 11:20-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. Kodwa kwakukhona abanye kubo, amadoda aseKhupro naseKhurene, abathi befika e-Antiyokiya, bakhuluma nakumaGreki, beshumayela ivangeli ngeNkosi uJesu.

21. Isandla seNkosi sasinabo; kwakholwa abaningi kakhulu, baphendukela eNkosini.

22. Kepha kwezwakala izwi ngabo ezindlebeni zebandla laseJerusalema; lase lithuma uBarnaba ukuba ahambe afike e-Antiyokiya;

Izenzo 11