Izaga 6:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Ndodana yami, uma uyisibambiso somakhelwane wakho,uma uxhawulene nomfokazi,

2. ucushiwe ngamazwi omlomo wakho,ubanjiwe ngamazwi omlomo wakho,

3. yenza lokhu phela, ndodana yami,uzophule,lokhu ungene esandleni somakhelwane wakho:khothama phambi kwakhe,umncengisise.

Izaga 6