Izaga 5:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Ndodana yami, lalela ukuhlakanipha kwami,ubeke indlebe yakho ekuqondeni kwami

2. ukuba ugcine amasu,nezindebe zakho zilonde ukwazi.

3. Ngokuba izindebe zowesifazane ondindayo ziconsa izinyosi;umlomo wakhe ubushelezi kunamafutha.

Izaga 5