Izaga 4:7-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

7. Ukuqala kokuhlakanipha yilokhu:Zuza ukuhlakanipha;yebo, ngakho konke okutholileyo zuza ukuhlakanipha.

8. Kukhulise, kuyakukuphakamisa;kuyakukudumisa, lapho ukugona.

9. Kuyakunika ikhanda lakho umgexo womusa,kunikeze kuwe umqhele wodumo.”

10. Yizwa, ndodana yami,wamukele izwi lami;kuyakuthi iminyaka yokuphila kwakho ibe miningi.

Izaga 4