Izaga 4:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Zwanini, madodana ami, ukulaya kukayise,nilalele, ukuze nazi ukuqonda.

2. Ngokuba ngiyaninika izifundiso ezinhle;ningawushiyi umthetho wami.

3. Ngokuba ngangiyindodana kubaba,ethambileyo neyodwa emehlweni kamame.

Izaga 4