Izaga 30:4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngubani owenyukele ezulwini,wabuye wehla na?Ngubani oqoqele umoya ezandleni zakhe na?Ngubani obophile amanzi engutsheni yakhe na?Ngubani omisile yonke imikhawulo yomhlaba na?Ngubani igama lakhe,ngubani igama lendodana yakhe, uma ulazi, na?

Izaga 30

Izaga 30:1-14