Izaga 30:23-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

23. naphansi kwesaliwakazi ekuganeni kwaso,nencekukazi ekulidleni ifa lenkosikazi yayo.

24. “Kukhona izinto ezine ezincane emhlabeni,kepha zihlakaniphile kakhulu:

25. izintuthwane ziyisizwe esingenamandla,kanti ziyalungisa ukudla kwazo ehlobo;

Izaga 30