Izaga 3:27-29 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

27. Ungagodleli abaninikho okuhle,lapho kusemandleni esandla sakho ukukwenza.

28. Ungasho kumakhelwane wakho ukuthi:“Hamba, ubuye,ngiyakukunika kusasa,”lapho kukhona kuwe.

29. Ungacebi okubi ngomakhelwane wakho,lapho ehlezi nawe elondekile.

Izaga 3