Izaga 3:26-28 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. ngokuba uJehova uyakuba yithemba lakho,agcine unyawo lwakho ukuba lungabhajwa.

27. Ungagodleli abaninikho okuhle,lapho kusemandleni esandla sakho ukukwenza.

28. Ungasho kumakhelwane wakho ukuthi:“Hamba, ubuye,ngiyakukunika kusasa,”lapho kukhona kuwe.

Izaga 3