Izaga 26:20-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. Ngokuphela kwezinkuni umlilo uyacimeka,nalapho kungekho abancethezi, kuyabodla ukuxabana.

21. Njengamalahle othuthwini nezinkuni emlilweni,unjalo umuntu ophikisa ukuvusa inkani.

22. Amazwi omncethezi anjengesibiliboco:ayehlela kokuphakathi komuntu.

Izaga 26