1. Njengeqhwa ehlobo nemvula ngesikhathi sokuvuna,kanjalo udumo alufanele isiwula.
2. Njengomzwilili ekuhambeni kwawonanjengenkonjane ekundizeni kwayo,kanjalo isiqalekiso esingenasizathu asizi.
3. Isiswebhu singesehhashi,netomu lingelembongolo,noswazi lungolomhlane weziwula.