Izaga 24:31-34 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

31. bheka, kuso sonke kwakukhona izimbathi,sisibekelwe phezulu ngezimbabazane,nogange lwaso lwamatshe lwaludilizelwe phansi.

32. Ngabuka-ke mina, ngacabanga;ngabona, ngathola ukulaywa:

33. ubuthongo obuncane, ukozela okuncane,ukusonga izandla kancane kuze kulalwe,

34. bese kuthi ubumpofu bakho bufike njengomhambuma,nokuswela kwakho njengomuntu wesihlangu.

Izaga 24