Uma uthi: “Bheka, besingakwazi,”akakuqondi yini olinganisa izinhliziyo,nolonda umphefumulo wakho akakwazi, na?Futhi akayikuphindisela bonke abantu ngokwemisebenzi yabo na?