Izaga 23:28-31 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

28. Uqamekela njengomphangi;uyandisa abambuluzayo phakathi kwabantu.

29. Ngubani othi: “Maye!”Ngubani othi: “Wo!”Ngubani oxabanayo?Ngubani okhalayo,ngubani onezilonda ngeze, na?Ngubani onamehlo aklwelayo na?

30. Yibo abalibala ngasewayinini,abaya ukunambitha iwayini elixutshanisiweyo.

31. Ungalibuki iwayini ukuthi libomvu,nokuthi liyacwebezela endebeni,ukuba lehle kalula.

Izaga 23