Izaga 22:25-28 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

25. funa ufunde izindlela zakhe,uthole ugibe lomphefumulo wakho.

26. Ungabi ngowabaxhawulanayo,nowabayizibambiso zezikwenetu;

27. uma kungekho ongakhokha ngakho,ubuyakususelwani umbhede wakho phansi kwakho na?

28. Ungasusi isikhonkwane esidalaoyihlo abasimisileyo.

Izaga 22