Izaga 2:20-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. Kanjalo uyakuhamba ezindleleni zabahle,ugcine imikhondo yabalungileyo.

21. Ngokuba abaqotho bayakuhlala ezweni,abapheleleyo basale kulo.

22. Kepha ababi bayakunqunywa ezweni,nabambuluzayo bayakusishulwa kulo.

Izaga 2