Izaga 17:17-19 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

17. Umngane uthanda ngezikhathi zonke,nomzalwane uzalwa ekuhluphekeni.

18. Umuntu oswela ingqondo unikana nomunye izandla,abe yisibambiso phambi komakhelwane wakhe.

19. Othanda ukuxabana uthanda isiphambeko;owenza umnyango wakhe ukuba uphakame ufuna ukubhujiswa.

Izaga 17