Izaga 17:12-14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. Umuntu makahlangane nebhere* elaphuciwe amawundlu alokunesiwula ebuwuleni baso.

13. Ophindisela okuhle ngokubi,ububi abuyikusuka endlini yakhe.

14. Ukuqala kokuxabana kunjengokuvula amanzi;ngalokho yeka inkani, ingakashisi.

Izaga 17