Izaga 16:31-33 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

31. Ubumpunga bungumqhele wodumo;bufumaniswa endleleni yokulunga.

32. Owephuza ukuthukuthela muhle kuneqhawe,nobusa umoya wakhe kunonqoba umuzi.

33. Inkatho yenzelwa emathangeni,kepha ukwahlulela kwayo kungokukaJehova.

Izaga 16