15. Zonke izinsuku zohluphekayo zimbi,kepha onhliziyo yakhe yenamile unedili njalo.
16. Okuncane kanye nokumesaba uJehova kungconokunengcebo eningi kanye nokukhathazeka.
17. Isidlo semifino lapho kukhona uthando singconokunenkabi ekhuluphalisiweyo kanye nenzondo.
18. Umuntu ofuthayo uyavusa ukuxabana,kepha owephuza ukuthukuthela uthulisa ingxabano.