Izaga 14:33-35 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

33. Ukuhlakanipha kuhlezi enhliziyweni yonokuqonda,kepha phakathi kweziwula akwaziwa.

34. Ukulunga kuyaphakamisa isizwe,kepha ukona kuyihlazo kubantu.

35. Isisa senkosi sikuyo inceku enokuqonda,kepha intukuthelo yayo iyakuba kwehlazisayo.

Izaga 14