Izaga 12:15-17 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. Indlela yesiwula ilungile emehlweni aso,kepha ohlakaniphileyo ulalela iziluleko.

16. Ukukhathazeka kwesiwula kuyaziwa ngosuku,kepha oqondileyo uyasibekela ihlazo.

17. Ophefumula iqiniso ulanda ngokulunga,kepha ufakazi wamanga ngenkohliso.

Izaga 12