Izaga 11:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Isilinganiso esikhohlisayo siyisinengiso kuJehova,kepha isisindo esiyiso siyintokozo yakhe.

2. Lapho kufika ukuziqhenya,kufika nehlazo;kepha kwabathobekileyo kukhona ukuhlakanipha.

Izaga 11