Izaga 1:18-21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

18. Kepha laba baqamekela elabo igazi,babhacela okwabo ukuphila.

19. Zinjalo izindlela zabo bonke abaphanga impango;iyasusa ukuphila komniniyo.

20. Ukuhlakanipha kuyamemeza emigwaqweni,kuyezwakalisa izwi lakho ezigcawini;

21. emashashalazini emigwaqo kuyaduma;ngasezikhaleni zamasango omuzi kuyakhuluma amazwi akho okuthi:

Izaga 1