Izaga 1:16-19 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

16. ngokuba izinyawo zazo zigijimela ebubini,zishesha ukuchitha igazi.

17. Ngokuba inetha lenekelwe ize emehlweni azo zonke izinyoni.

18. Kepha laba baqamekela elabo igazi,babhacela okwabo ukuphila.

19. Zinjalo izindlela zabo bonke abaphanga impango;iyasusa ukuphila komniniyo.

Izaga 1