Izaga 1:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Nazi izaga zika Solomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli,

2. zokwazi ukuhlakanipha nokulaywa,nokwahlukanisa amazwi okuqonda,

3. nokwamukela ukulaywa kube ngukuhlakanipha,nokulunga, nokwahlulela, neqiniso,

Izaga 1