47. Uvalo nomgodi kusehlele,ukubhujiswa nokuchithwa.
48. Iso lami liyamululeka imifula yamanzingenxa yokuchithwa kwendodakazi yabantu bami.
49. Iso lami liyamululeka, alinqamuki;akukho ukukhawuka,
50. aze abheke uJehova,abone esezulwini.
51. Iso lami lenza umphefumulo wami ube buhlungungenxa yawo onke amadodakazi omuzi wakithi.