Isililo 3:13-16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

13. Wahlaba izinso zamingemicibisholo yesambo sakhe.

14. Sengingohlekwayo kubantu bonke,ngihaywa usuku lonke.

15. Wangisuthisa ngokubabayo,wangigcwalisa ngomhlonyane.

16. Waphula amazinyo ami ngohlalwane,wangembesa umlotha.

Isililo 3