Yansala umnsalo wayo njengesitha,yema njengomelene nathi ngesokunene sayo,yabulala konke okwakumnandi emehlweni ethu.Etendeni lendodakazi yaseSiyoni yathulula ukufutheka kwayo njengomlilo.