“Bheka, Jehova, ngokuba nginosizi;izibilini zami ziyaxhaphazela.Inhliziyo yami iphendukile phakathi kwami,ngokuba ngihlubukile nokuhlubuka.Endle yinkemba eyaphucayo,ekhaya ngukufa.