Bonke abantu balo bayabubula,befuna isinkwa sabo;banika okumnandi kwabo ngokudlaukuba babuyise umphefumulo.Bheka, Jehova, ubhekisise,ngokuba ngiyadelelwa.