USolomoni wayenesivini eBali Hamoni;wasinika isivini kubaphathi;baletha, kwaba yilowo nalowo,izinhlamvu eziyinkulungwane zesiliva ngezithelo zaso.