Isambulo 19:20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Isilo sase sibanjwa nomprofethi wamanga okanye naso owenza izibonakaliso phambi kwaso, abadukisa ngazo abamukela uphawu lwesilo nabakhuleka kumfanekiso waso; labo bobabili baphonswa besezwa echibini lomlilo elivutha isibabule.

Isambulo 19

Isambulo 19:17-21