Isambulo 11:6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Banamandla laba okuvala izulu ukuba lingani ngezinsuku zokuprofetha kwabo, futhi banamandla phezu kwamanzi okuwaphendula igazi nawokushaya umhlaba ngezinhlupho zonke, noma kungaba kangaki ngokuthanda kwabo.

Isambulo 11

Isambulo 11:3-14