Ekajakobe 1:23-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

23. Ngokuba uma umuntu engolizwayo izwi engesiye olenzayo, lowo ufana nomuntu obuka ubuso bakhe bemvelo esibukweni;

24. ngokuba uyazibuka, amuke, akhohlwe masinyane ukuthi wayengonjani.

25. Kepha obukisisa emthethweni opheleleyo wenkululeko nohlala kuwo, engesiye ozwayo nje akhohlwe, kodwa engowenzayo asebenze, lowo uzakuba ngobusisiweyo ekwenzeni kwakhe.

Ekajakobe 1