Amahubo 97:10-12 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

10. Nina enithanda uJehova zondani okubi;uyagcina imiphefumulo yabamkhonzayo;uyabasindisa ezandleni zababi.

11. Ukukhanya kuhlwanyelelwe olungileyo,ukujabula kuhlwanyelelwe abanhliziyo ziqotho.

12. Jabulani kuJehova nina balungileyo,nibonge igama lakhe elingcwele.

Amahubo 97