21. Bahlangana ukuvukela umphefumulo wolungileyo;igazi elingenacala bayalilahla.
22. Kepha uJehova waba yinqaba yami,uNkulunkulu wami waba yiwa engiphephela kulo.
23. Uyaphindisela kubo ukushinga kwabo,abaqede ngobubi babo;uJehova uNkulunkulu wethu uyakubaqeda.