Izinsuku zeminyaka yethu zineminyaka engamashumi ayisikhombisa;kuthi uma ziziningi, zineminyaka engamashumi ayisishiyagalombili;nokho ukuvama kwazo kungukuhlupheka nelize,ngokuba zidlula masinyane,thina siyandiza, simuke.